Lokho kwenzeke ngenkathi kusongwa lo mbukiso wosomabhizinisi obusenxanxatheleni yezitolo iBridge City, KwaMashu, lapho obekuhlangene khona osomabhizinisi abangephezu ...
KUSALOKHU kuqhubeke njalo ukukhathazeka nokungahlaliseki konogada abagada emahhovisi oMnyango wokuThuthukisa uMphakathi ophikweni lwawo olusedolobheni KwaDukuza, ...
Luqale kanjalo uhambo lokungena nokugxila ebhizinisini kuNksz Magwaza, njengoba kwathi eseseThekwini, ezama ukuhlanganisa impilo esafika ngo-2019, wezwa ngethuba ...
IMeya yoMkhandlu weTheku uMnuz Cyril Xaba, uthe balindele ukwenza inzuzo ebhekile ngamaholidi
KUYIQINISO elingenakuphikwa ukuthi indima yezobuciko ibamba iqhaza elikhulu empilweni yabantu okungaba ngokubelapha umphefumulo, wukubajabulisa nokwenza nje bakhohlwe ...
UKUHLATSHWA umxhwele ngabasakazi ababili boKhozi FM, oSelby "Selbyonce" Mkhize nomkhaya wakhe uKhathide "Tshath' Ugogo" Ngobe bohlelo lwantambama phakathi nezinzuku ...
Lokho kushiwo yisikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health, sidalula ukuthi enye yezinto edala ukuthi abantu basheshe bazwele ukuguga yinkinga ebizwa nge-inflammation, ...
UNksz Sibiya, waseMbongolwane, Eshowe, enyakatho yeKwaZulu-Natal, kodwa osezinze eThekwini ngomsebenzi webhizinisi, uthe enye yezinto ezamdobela kulo msebenzi wukuthi ...
SEKUQUBUKE ukukhathazake kwabomndeni waku-ward 74 eTamboville, eLamontville, eningizimu yedolobha iTheku, ngenxa obhekene nayo yokungatholi imali yesibonelo selinye ...
UKUBAMBISANA kwabasebenzi nokubeka umsebenzi phambili ngisho nasezimweni lapho izimo zomkhakha wobuntatheli zingelula neze, yizona zinto ezibe wukhiye wempumelelo ...
“IZINGA lempilo esengikulona manje lenze ngabona futhi ngaqaphela umona okubantu abadinwa yimpumelelo yami, engibone ukuthi kudalwe wukungafuni ukwamukela ukuthi ...
IZINGCITHABUCHOPHO ezicwaninga ngezifo ezahlukene ngokubambisana nesikhungo sezemfundo yamazinga aphezulu i-University of KwaZulu-Natal, sezidalule ukuthi uma konke ...
“Ngenye yezinto leyo edala ukuthi kube namaphutha emsebenzini wethu ngoba sisuke sesinomthamo omningi kakhulu womsebenzi osuke osibhekile, okuningi kwalokho okudalwa ...
“Ingoma inomqondo owehlukile kancane kulena eyabo yaphambiilini ethi Ibhanoyi, lapho bona abasuke bezwakalisa umyalezo wokuthi umuntu othandana naye umthanda kakhulu ...
INHLANGANO yabezempilo emhlabeni i-World Health Organization isibike ukuthi ukungasukunyelwa ngokushesha kwenkinga yabantu abagcina bengasezwa kahle ezindlebeni ...
EQALA ibhizinisi lezemfashini uNksz Naledi Lukhophe ubevame ukwenza imidwebo yomsiko wento ayifunayo, bese ewuhambisana kubantu abakwazi ukusika ingqephu ukumlekelela ...
“Ngisaqala ibhizinisi, bengisebenza ngedwa wonke umsebenzi ububheke mina, kwaya ngokuya ngagcina ngiqasha abantu abathathu abayitoho ukungisiza uma kunomthambo omningi ...
UGumbi ubengesinye sezikhulumi zesigcawu zokucobelana ngolwazi lwemboni yezokwakha ebesisenxanxatheleni yezitolo iBridge City, KwaMashu, okuyingxenye yomcimbi wombukiso ...
KUHAMBE ngamagama enkehli embukisweni wosomabhiznisi waminyaka yonke iDurban Business Fair ebisenxanxatheleni yezitolo iBridge City, KwaMashu, ngoLwesihlanu kuya ...
“Ngeke ngikwazi ukuphila impilo yami yangasese ngokungakhululeki, kangangokuthi angisakwazi ngisho ukuya ezitolo ngiyothenga isicathulo, into ebengikwazi ukuyenza ...
Lokho kushiwo ngenye yezimenenza zesikhungo sezemfundo esizimele iNew Bridge Gradiate Institute, uMnuz Nathi Ndlovu izolo, lapho edalule khona beyisikhungo babeke ...
UThobeka (27) wasoBonjaneni, eBergville, maphakathi neKwaZulu-Natal, usho njalo engxoxweni neSolezwe Ngempelasonto, lapho edalule khona ukuthi useqashwe yiVoice ...
Nokho isikhulu sesikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health uMnuz Murray Hewlett usecebise ngokuthi akusona zonke isikhathi nezimo lapho lesi sifo siziveza kalula ...
Uyiqale kanjalo ekuqaleni kwalo nyaka iMayenzi’s Laundry, ibhizinisi elisiza amakholwa akhonza emabandleni aseZayoni ngokuwawashela umfaniswano wawo wenkonzo, ewa-ayinele ...
UKUQAPHELA ukuthi abesifazane basasalele ngemuva ezintweni ezithile nasemikhakheni ethile yizona zinto ezenza uNksz Gugu Mpungose wenkampani i-Black Tie Media and ...