Iyakhathaza eyokuhlukunyezwa kwezintatheli

Kiki Ntuli|Published

UKUTHATHELA nokubika izindaba ngokukhululeka, yilungelo elibalulekile kodwa elivame ukucindezelwa emkhakheni wezobuntatheli.

Zitike ngobuhle bemvelo nezintaba zoKhahlamba

Kiki Ntuli|Published

NGENKATHI kuhlasela ubhubhane iCovid-19 ngo-2020, kwakhahlamezeka amabhizinisi amaningi angaphansi kwemikhakha ehlukene.

Ithuba lokwazi ngomlando ocebile wezigodlo ezisogwini lweKZN

Kiki Ntuli|Published

EBANTWINI abalandela inkolo yobuKhrestu, inkathi yePhasika isho impelasonto yokudumisa nesikhumbuzo sokufa nokuvuka kweNkosi yabo enguJesu Khrestu.

Ukuqokwa kukaZungu eMUT kuqinisa ithemba

Kiki Ntuli|Published

KUSASA wusuku olukhulu futhi olukhethekile enyuvesi yaKwaZulu-Natal, iMangosuthu University of Techonology (MUT) eseMlaza, njengoba kuzobe kubekwa ushansela wayo ...

Idonse amehlo iKZN embukisweni waseBerlin

Kiki Ntuli|Published

SIDONSE izivakashi zamazwe omhlaba isifundazwe iKwaZulu-Natal kuleli ngokuba nezindawo zokuvakasha ezikhethekile futhi ezisezingeni lomhlaba.

Jabulisa umzimba ngokuthi ubhucungwe unethezeke eSpa

Kiki Ntuli|Published

UKUBA nomuzwa wokuphila kahle, ukuthula nokukhululeka emoyeni, ngezinye zezinto eseziseqhulwini lezivakashi uma zihlela amaholidi nezindawo ezizozihambela.

Ungayizibi i-glamping iwubukhosi bempilo

Kiki Ntuli|Published

CISHE baningi asebezenzile izinhlelo zokuzikhipha nabathandiweyo babo njengoba ngoLwesibili kuwusuku lwezithandani.

Qikelela ukuthi isikhungo ofunda kuso sisemthethweni

Kiki Ntuli|Published

MINYAKA yonke ngesikhathi sokukhishwa kwemiphumela ka-matric, kuhlale kwexwayiswa ngamakolishi angombombayi. Ngenxa yokuthi isibalo sabafundi abaphase u-matric sihlale ...

Sibonga kubo bonke abebeyingxenye yeSolezwe Soccer Cup

Kiki Ntuli|Published

KUQOPHEKE umlando ngeSonto, ngenkathi iqembu lebhola laseThekwini, i-EThekwini Coastal liphakamisa okokuqala indebe entsha ceke,

Izeluleko ezijulile kwamukelwa umfundisi

Kiki Ntuli|Published

WAMUKELWE ngezeluleko ezijulile umfundisi omusha ceke webandla lamaWeseli, obamukelwa ngokusemthethweni ngeledlule eDobsonville, eSoweto, uMfundisi Akhona Masiza ...

Zidlisa ngezinga lekhethelo izindawo zemishado eKZN

Kiki Ntuli|Published

ENYE yezinto ezihamba phambili uma uhlela umshado omhlophe yindawo ozoshadela kuyo. Akusafani nakuqala lapho kwakuqashwa noma yiliphi ihholo, bese kudlisa ukuthi ...

Abangaqhuzulwa yitshe elilodwa abadlala izitokofela

Kiki Ntuli|Published

ISIQALILE inkinga yaminyaka yonke lapho ngalesi sikhathi kuqubuka khona ubugebengu ngemali yesitokofela. Njalo ngalesi sikhathi sonyaka sibika ngezigemegeme zokuqolwa ...

Bazishaya isifuba ngamabhishi enyakatho yogu

Kiki Ntuli|Published

KAYIFUNI ukuphela imvunge ngokuphepha kwamabhishi aseThekwini, njengoba sekusondele isikhathi samaholidi kaKhisimusi. Imvunge ibangwa yisimo sokuqubuka kwegciwane ...

Bahlomule ngekhono elidlisayo emicimbini

Kiki Ntuli|Published

SINGENISILE isitayela sokunyusa izinga lomcimbi ngokuqasha ungoti ozochazela izimenywa nezicukuthwane ngokusheba ukudla newayini. Ungoti usuke azi konke ngezinhlobonhlobo ...

Yipharadesi uqobo lwayo iSan Lameer

Kiki Ntuli|Published

KUSELE isikhathi esingangenyanga kuqale amaholidi okuphela konyaka.

Ithi shwi ezintabeni zoKhahlamba

Kiki Ntuli|Published

INGOMA yodumo yesilomo sama-piano, uYoung Stunna, ethi Asike Sithi Shwi, ingifake ugqozi lokugcina ngiluhlelile uhambo ebengilokhu ngiluhlehlisa. Ngiphambane nayo ...

Izihlabani zizidelisile ngobuhle bezilwane nemvelo

Kiki Ntuli|Published

KUNEMIKHAKHA emibili owezokungcebeleka nowezemidlalo, ekhombisa ngokusobala ukuthi iyingxenye ebalulekile kwezokuvakasha. Muva nje, bekuphithizela izihlabani zomhlaba ...

Hleze sikunqande ukuzibulala kwezingane ngokuhlezi siqaphile

Kiki Ntuli|Published

UKUZIBULALA kwabantu abasha kusayinkinga edinga ukusukunyelwa yizinhlaka ezehlukene. Ngokohlaka longoti nodokotela bezengqondo, iSouth African Society of Psychiatrists ...

Imbokodo enamava izohlomisa abanye koweSolezwe

Kiki Ntuli|Published

ENGOSINI edlule yezokuvakasha sikwethulele imbokodo yaKwaZulu-Natal enamabhizinisi eyibambe kulo mkhakha. Iqhamuke nemibono, amasu nezeluleko ukugqugquzela abesifazane ...

UMdlokombane wayivikela kwaze kwaba isekugcineni Ingonyama Trust

Kiki Ntuli|Published

SALWA kwaze kwaba sekupheleni iSilo uZwelithini kaBhekuzulu, silwela umhlaba kaZulu olawulwa yiNgonyama Trust. Umhlaba ongaphansi kweNgonyama Trust kade wawuzulelwa ...

Uyibekile induku ebandla uMagesh kwezomculo

Kiki Ntuli|Published

NGENKATHI kuduma iqembu lomculo we-kwaito ...

Iyibambe ishisa imbokodo kwezokuvakasha eKZN

Kiki Ntuli|Published

IMBOKODO esembonini yezokuvakasha KwaZulu-Natal, izibambe zaqina ngesikhathi esinzima lapho kube nezimo eziphazamise umsebenzi. Ngo-2020 kwagadla igciwane iCorona ...

Iyize leze imigubho abesifazane behlukunyezwa usuku nosuku

Kiki Ntuli|Published

KUSASA, ngo-Agasti 9, wusuku olukhethekile lokubungaza abantu besifazane eNingizimu Afrika. Wusuku oluqhakambisa ubuhle, ubuhlakani nemisebenzi eyenziwa yiMbokodo ...

Amasu angakusiza uma uhlela ukuya eholidini

Kiki Ntuli|Published

KUKHALWA nxa zonke ngokuba nzima kwesimo sempilo njengoba izindleko zithe bhe, kunyuka intengo yemikhiqizo. Yisimo lesi esibangela ukhwantalala njengoba phezu kwaso ...

Uphumula umoya nengqondo eMount Shekinah

Kiki Ntuli|Published

IZINDAWO zokuvakasha eziningi zidlisa ngezinto ezihambisana nezikhathi zonyaka njengoba nemaphakathi lesifundazwe iKwaZulu-Natal liyadlisa ebusika. Ngaphambi kokungena ...